Isibhaga, isibhaha umuthi? Lomuthi uyangena lapho ulahlekelwe ufuna ukuthola into. Siyangena kumuthi wenhlanhla yemali, uyangena kumuthi wezitha. Siyangena emthini wokukhipha isichitho. Siyangena kwidliso lokudla elihambisana nezinsila. Uyangena kumuthi wokufuna isikweletu. Siyasebenza emuthini yezitha, nemithi emayelana nokucupha abathakathi. Siyangena kwizibhobo, izinsizi, ukucupha, futhi isibhaha siyazwana nesikhali. Sifake emlonyeni uma ulala bonke abakwenza okubi bazozivelela ephusheni dark or blue. Silapha nezifo isibhaha. iSbhaga siyangena emthini wokuthola okulahlekile. Siyangena emthini yokubethela.
Umuthi wokuhlakaza izitha othakwe ngesibhaha, lapha ngezansi sizobheka isibonelo somuthi owenziwe ngesibhaha wokushaya izitha.
Umfene Shozi Siyasiza Uma uhlushwa uvalo isibhaha. Isibhaha siyasiza Uma uhlushwa umthakathi Sisodwa umthakathi uqhuma igazi ngamakhala. Isibhaha siyageza Uma uhlushwa. Umthakathi uyageza ngaso umthakathi uzwa sengathi uyasha. Isibhaha sisodwa siyaliqeda ikhanda. Isibhaha sisodwa futhi siyaliqeda imimoya emibi ekhaya uchele ngaso kuphela kuleka imvukuzane. Isibhaha senza izinto eziningi kakhulu udoti womuthi lowo
Baba umajozi uku add phezu kwakubalile ubaba umfene, isibhaha siyangena emthini yokubulala eminye imithi, isibhaha siyangena emthini wokulanda isikweletu, landela igama elithi amazwi ahlabayo, siyangena emthini yokuphindisa izinto emuva, siyangena ebhandeni lokulwa, siyangena emithini yokukhipha okubi okukuwena njengesichitho, siyangena emithini yokuthakatha, angeke usiqede isibhaha
umuthi wokubuyisa isikweletu kulabo abakukweleta imali.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |