uDABULAMAFU or uMashwilishwili Uyaphindisa izinto kubathakathi. Uyangena emithini yokubethela ekhaya. Iyangena emithini yokuvimba okungalungili, iyatshalwa nasekhaya ukuvikela. Uyangena uma ugeza amathunzi, uyachatha futhi lomuthi. Uyangena emthini wezitha.