udelunina

udelunina umuthi owohlanganisa neminye imithi ukuze umuntu ojola naye noma oshade naye ezobheka wena kuphela angababheki abanye abantu. Delunina is a traditional herb that is used by native people in south africa to keep their lovers. It is used together with other herbs to spark attraction and to prevent a partner from cheating. Udelunina wodwa? uyakwazi yini ukuwusebenzisa uwodwa, yebo uyakwazi ukuwusebenzisa uwodwa. Kuncike ekutheni ufuna ukwenza ngani uyawuphuza futhi ukuze ukhipha ukuncola bese ufaka pantie liner ubone ukuncola kusala kwi pentie liner. Below we will look at udelunina uses. udelunina wenzani?

uDelunina wenzani

Delunina Uyangena kwisibambelelo. Uyafutha, uyaphalaza udelunina, uyangena emithi ogeza ngayo umzimba nenkomo bese ulala nomuntu ukuze engezokushiya. Uyangena emithini ephezwayo futhi uma uzolala nomuntu wakho. Delunina uyangena emithi yomsebenzi, udelunina uyangena kwizikhafulo. Uyangena emithini womshado, uyangena emthini wokuthi umuntu wakho akuphe imali. Uyangena kwidliso lokudla, uyangena kwisibambelelo esenziwa ngamashidi ombhede. Uyangena emthini ogcotshwayo ufake amafutha bese ulala nomuntu. Uyageza ngalo neminye imithi before ulale no partner as idliso locansi, liyawasha amashidi futhi ulale nomuntu as isibambelelo. Uyangena emithini oyifaka emlomeni, bese uyacela into okungaba imali noma yini ofuna ukuyisho. Uyangena kwizikhafulo. Uyasebenza nezindu-ku zokuxolisa kumuntu othandana naye, ake sithi ukubambile ukuthi unomunye umuntu uzowuthaka nalezinye izindu-ku uye kuyena uyoxoxa naye. Iyangena emthini womshado, iyangena emithini wokukhiphisa indoda imali. Umuthi owenza umeqo wothando, uyaphalaza weqise umuthi wakho. Uyangena kwidliso locansi. Uyangena emithini wesiqgabo wokuhalelwa ake sithi umuntu wakho akasafuni ukulala nawe. Lomuthi uyangena kwidliso locansi, uyangena kwisigezo esikhothwayo, uyangena kwizincabo zocansi. Lomuthi uyangena kwisiphephetho sewindi.

Isikhafulo sokweqisa umuntu, weqisa umuntu ngalesikhafulo avele akuthande, lesi isikhafulo ophalaza ngazo bese ubiza igama lomuthi lapho ezohamba khona, uma eke weqa ziyakhala.

udelumama umuthi womshado

Umuthi womshado lona osebenzisa udelunina indoda ikwenzela konke la , indoda ikupha ngisho imali uma iholile ikunika icard lase bank lihlale kuwena Idliso lothando leli elabantu besilisa futhi elabantu besifazane wonke uyalisebenzisa. Lelidliso uzidlisa wena ngalo bese lingene egazini bese niyadansa naye, lingene kuyena , zivele zikhale.

isibambelelo sikadelunina

Isibambelelo sothando osigcoba kumnumzane noma usigcobe kumama wekhaya , uzigcoba wena bese umthumelele invite afike nidanse. Angithi uyazi umuthi ogcotshwayo uhlale uhambisana namafutha, ukuqaphele lokho. Kubalulekile ukuthenga kumuntu owethembekile one source ethembekile yamafutha uyazi ubuqili buningi la emnyango abantu balambile. Idliso locansi leli esilenze lapha ngenhla, liyasebenza kakhulu intombi noma indoda idela unina, ivele izeneke.

Idliso langaphansi

Idliso oligcoba ngaphansi leli bese nidlala ikaraji nobaba wekhaya noma nomama wekhaya. Uma umuntu wakho engakuhloniphi ehambe elala nabanye liyasebenza lapho uyayeka ukuganga. Yekisa indoda ukufeba noma umfazi ukufeba ngaledliso elingenhla abe ngowakho adele umama wakhe.

udelumama wenzani uses and benefits

udeluma or delunina umuthi uyasebenza ukwenza indoda ikuthande kakhulu ihlale ikucabanga. udelunina wenza umuntu wakho angabe esababheka or abacabange abanye abantu ngaphadle kwakho, usetshenziswa ngezindlela eziningi, ufakwa kwisikhafulo, ufakwe kwidliso, ufakwe kwisibango, ufakwe kwisibambelelo, ufakwe kwizincabo.

ukuphupha Udelunina

Amaphupho ngomuthi Udelunina , kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Udelunina ? ukuphupha umuthi Udelunina ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Wendy Wendy ngithandan nobby dad ave engizisw ubuhlung wangidlisa mangikhulum naye vel ngishaw uvalo kabuhlung akangihloniph lomunt ayafeba ey mangith ngiyamal veleth wen kade ngaqeda ngaw angek uyendawo uyazihlanyisa nje ngingaphum knjn kulomunt ngob angisamthand sekusebenz lomuth wakh cel usizo ngihlukumezekil ngiyamzond ngize ngicabang kumbilisel manz ngeketel ngimbulal ngob akakwaz ngish ukuxolis vel akhulum kabi

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
ngicela ningenzele isibambelelo sikadelunina nisithumele e pep ninginike i account number ngizokhokha kuyona
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp