udlutshani wenzani

udlutshani umuthi uyangena emthini yokuvusa ubaba olalayo enkamelweni. uyangena emthini wokubuyisa inqgondo kumuntu ohanjelwa yingqondo. uyangena emthini wokwelapha isifuba. uyangena phakathi kwemithi esiza kakhulu uma une zilonda ngaphakathi esiswini nase gazini Uphinde ube umuthi ovula imithambo kubo baba njengoba kade sesichazile. Noma wenza umuthi woku chatha ungawu shiye Lomuthi uyaphekwa neminye imithi yoku vusa imizwa uphuze Kanti futhi uba muhle uma uphuza lomuthi ngoba uya cleaner igazi kakhulu. Ushaya konke neqolo elibuhlungu.

Below is a picture of udlutshani herb: udlutshani pictures

isithombe esiveza umuthi udlutshani: Nozixhekani  udlutshani pictures

ichishamlilo umuthi uyangena ezimbizeni zokwelapha umeqo singene emithini yokuqina ukubethela emithini yokuvala izulu isibhamu nezihlambezo
ikhanyisa umuthi lingena emithini emihle yokuhlanza igazi nasemagobongwen
umwelela umuthi uyangena emithini yezikhafulo zokubuyisa nasemabuthweni umuthi ongasali emithini emininzi
udlutshani uyangena ezimbizeni zokuchatha uma ubhajiwe phecelezi idrop noma unezintwana unamandla kakhulu
isnwazi unamandla uwodwa uyangena ezintelezin zokuchela kanti uphinde ungene ezindukwini zokugeza igazi uvula amaphupho uvula umsebenzi muhle kakhulu kanti nase mithin yokuqinisa izimoto uyangena

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha