gibeleweni wenzani

ugibeleweni umuthi wo ukucupha ithuna, ukubuyisa okutshontshiwe, uyangena futhi kwisikhafulo. umuthi wokubamba umthakathi noma wokucupha umthakathi. uyelapha ufufunyane.

umuthi wokubulala izitha

umuthi wokubulala isitha kanye nogobela okunguye abakhendla kuyena.

umuthi wokuxabanisa izitha

umuthi wokuxabanisa abahlangene ngegama lakho bashayane baxabane bodwa

ukubamba umthakathi ngogibeleweni

umuthi wokubamba umthakathi egcekeni usebenzisa ugibeleweni. Ake senze intelezi yokubamba umthakathi egcekeni lakwakho. QOBA konke cwilisa kuze kuse chela ebusuku ukhulume uthi ngifuna ukubamba lesgila mkhuba esganga laykhaya ngyakuthembisa kosa Emile ebambekile ungamkhulumisi kuze abonywe abanty wamkhulumisa uyobaleka ngyabonga
SMAYEDWA / simayedwa isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokufuna isikweletu. usetshenziswa emithini yokukuthi ube wedwa kumuntu wakho. usetshenziswa emithini yokuthandeka abantu baphenduke nawe wedwa.
Umabopha or Mabophe isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo, usetshenziswa emithini eqeda ukuphalaza komuntu, usetshenziswa emithini yokubamba umthakathi. usetshenziswa emithini yokuqinisa ukhalo kwabakhulelwe ukuze isisu singaphuphumi.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha