Hlabazihlangene wenzani

uHlabazihlangene Uyangena emthini yokucupha umthakathi, uyachela ekhaya, uxhosa lonke uhlobo lwesilwane. Uyaphalaza, uyafutha. Uyangena emithini yokuphindisa imithi emuva efana nesichitho. Uyangena emithini yezitha. Uyangena emthini okhothisa khona inkomo or imbuzi or inkukhu ngaphambi kokuhlaba ukuze ungahlebeli izipoki, nemincwi nemimoya engasile. Uyangena emthini yokuphindisa imithi emuva ngisho nesichitho, Uyangena emthini yokukhuluma ususe konke okungasile empilweni yakho, uyafutha, uyaphalaza.

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe