losilina or roslina or rozlina wenzani

uRoslina umuthi wokuthandwa emsebenzini nesikhundla. uyangena emthini wezintombi noma wokuqonywa. umuthi wokuvula inhlanhla. uyangena emthini yokuthoba izinyawo ezibuhlungu. uyangena emthini yokudonsa imali.

Umuthi wokuthandwa emsebenzini

Thandeka kubaqashi bakho nakuwowonke umuntu ungabi nesigcwagcwa, abantu bakuthande nasemsebenzini bakuthande, nangu umuthi ongashayi eceleni wokuthandeka.
Step 1
Phalaza or futha ngalomuthi, Geza. Geza & uphalaze izinsuku ezinthathu bese
Step 2
Bese uza ngalona
Step 3 (Last step)
Wusebenzise bese uthola isikhundla emsebenzini uthole namabhonasi futhi.

Umuthi wokushelwa, Akwamukeleki ungumuntu wesifazane uye e Town or e Shop ubuye nje ulambatha, ubuye nje kungekho nomuntu ozibuzise i direction,ngisho Phara nje livele lindlule kuwe lingacelanga no R2.....ROSLINA IGXOLO + ROSLINA ISIWASHO +IBHEKA IMPHANDE,,,, futha lana ungambesanga ngengubo or i plastic vula nje ku lesfutho ukhulume kule stream yonke into oyifunayo,,,,,,, iyaphalaza lenduku +igeze,,,,, makuza lobaba geza ngalenduku uyifake emanzini abandayo heeeee lenduku iyawasha mashidi lena

Umganu isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ugeza igazi, ususe isichitho, ususa isinyama, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini ehambisana nedlozi. Uyangena emithi esuke yenzelwe abathakathi. Uyangena kumagobongo. Uyangena emuthini wokuthandeka nogazi. Umuthi womsebenzi futha bese uhambisa CV yakho. Uyangena methini yokuqonywa. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yombandamo nezinduna.
Mhawukelwa isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyawusebenzisa uma ushela akudabukele udali wakho omusha, uyawusebenzisa ucela imali akudabukele lowo, nakuzozonke izindawo lapho udinga ukudatshukelwa khona uma ufuna into. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokufuna umsebenzi. Uyangena futhi emithini yokuhlonishwa noma ufuna ukukhuluma kuzwakale. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yenhlanhla.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha