Umabopha or uMabophe wenzani
Umabopha or Mabophe uyangena kwisibambelelo, uyangena emithini eqeda ukuphalaza komuntu, uyangena emithini yokubamba umthakathi. Uyangena emithini yokuqinisa ukhalo kwabakhulelwe ukuze isisu singaphuphumi.
Umuthi wokubamba umthakathi
Ake sibambe umthakathi esaganga egcekeni lakho.
Thola lemithi elandelayo:
- umzaneno
- phindemuva
- iletha
- mathithibala
- imfingo
- mabophe
- neminye
futha uthi "wena ongigangayo ngifuna uthithibale ubopheke" awubizi gama lumuntu, ezinsukwini ezintathu lamanzi ungawachithi uwabeke
ngosuku lwesithathu uchele ikhaya lakho noma i business kuzobambeka lona okuthakathayo uzomubona ebambekile ethithibele ngaphandle.
umuthi wesikhova esihluphayo ekhaya
isikhova egcekeni anilali nezingane ziyakhala abathakathi bangenhla, hlanganisa lemithi, bese ubiza intombi
engakagangi nabafana ichele mase lithambeme ilanga noma kuchele ugogo wasekhaya ona 70 kunyuka:
Impila umuthi,
Mabopha umuthi,
Imbombe umuthi,
Khathazo umuthi
Mathithibala umuthi.
ukuyekisa umuntu ukutshontsha,
ISHONGOLOLO, IMFINYEZI, MABOPHE.
Gaya kube yimpuphu umgcabe izandla, ngaphansi kwezinyawo nasekhanda ku khakhayi nezinhlafuno... Ngeke aphinde agange.
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha