umahlaba ekufeni wenzani

umahlaba ekufeni uyangena emthini wokususa isilwane. uyangena emithini yokuqeda izinduna namathumba. Umuthi wokulapha izifo eziningi emzimbeni, umeqo, iqolo, izinhlungu zomzimba, ilumbo langasese. Uyangena ezifweni eziningi.

Xosha izitha, abantu abakuhlebayo nabakulandelayo ngalenduku. izitha zizoxabani, zijikelani, zizondane, zibuye zizoxolisa kuwena.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha