malala wenzani

Umalala uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. uyangena emithini yokuchupha isithandwa uma sizama ukuzithokosiza nomlingani embhedeni. uyangena emthini wezitha namaphoyisa. uyawushisa uma ekhaya kungalaleleki hlambe ingane iyahlupha ayifuni ukulala.

Umalala uyasiza uma nihluswa ukungalali ekhaya uyawushisa nezintunyiselo (umuthi wokushunqisa) ofana nezinyamazane, omunye umalala uwufake isichelweni okungaba intelezi ochela ngayo. Umalala uyasakha isithandwa sakho uma kukhona umlingani avele alale uma kumele bazithokozise. Zumekiyane umuntu ashawe ubuthongo. lomuthi futhi uyawuhlanganisa no simayedwa uma ufuna ukuba wedwa kumuntu wakho. Umalala uyawuhlanganisa no nukani ukuze wenze isibambelelo noma isicupho kumuntu wakho.

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha