wenzani umanyazini

Umanyazini? uyini umanyazini? elinye igama likamanyazini u dabulibhayi, umanyazini akuwona umuthi wesizulu kodwa yi chemical ngesingisi ebizwa nge "Potassium Permanganate". Umanyazini in english is called "Potassium Permanganate", this is chemical with a fomular KMnO4. Umanyazini uses and benefits as umuthi? Wenzani? uphuziswa izinkukhu ezigulayo umanyazini. Uyageza ngomanyazini uma unesihlungu. Ubongozi bukamanyazini, sikhule sitshelwa ukuthi uyaphuzwa umanyazini kodwa uma kukhona inhlanzi eyodwa kamanyazini emanzini owaphuzayo uyashona. Bekuthiwa uyawuphuza uma unenkinga yesisu. umanyazini uyasiza uma une lumbo esiswini

Usiza kuphi umanyazini? uyasiza uma une rash kanye nezilonda ezimanzi emzimbeni. uyasiza ezinkingeni eziningi sezikhumba okungaba isihlungu, ukuvuvukala, ukuncinza ngesingisi singathi umanyazini uyasiza uma une dermatitis.

Uyaphuzwa yini umanyazini? umanyazini uyisihlanzi esibulala amagciwane njenge detoil, njenge savlon ("antiseptic and antifungal agent"). Umanyazini uyingozi awuphuzwa, ungakunika izinkinga esiswini kugcika ukuthi uphuze inani lawo elingakanani, into ongahlangana nayo uma uphuze umanyazini ukushisa komphimbo nokuthi wenze ama ulcers esiswini, uma weqise izinga ungazithola usesibhedlela noma ushone.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp