Mayisaka wombili / maysaka umuthi wenzani

Mayisaka wombili / maysaka Uyangena emthini wokugembula, uyangena emthini wemali, uyangena emthini yokufuna isikweletu, uyangena emthini yokuchela egcekeni. Uyangena emithini wokuvikeleka ezigebengwini etc. uyangena emthini ye business. Uyangena kwizikhonkwane

Igobongo lomndiki uyalithaka usebenzisa umayisaka, ake sibheke imithi engena kwigobongo lomndiki: iyona yonke imithi eyenza igobongo lomndiki lena.

isibunge sokuletha abantu

isibunge esiletha ama customers ebhizinisi lakho, silethe amakholwa esontweni lakho, silethe abantu abagulayo edlozini lakho beze esigodlweni sakho.

umuthi wokubuyisa isikweletu kulabo abakukweleta imali.

MHLONISHWA isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Njengoba igama lisho Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwimithi lapho udinga ukuhlonishwa khona, usetshenziswa emithini yesikhundla,
Zeneke umkhando isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yemali. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthandeka.
Munyu isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uxosha izitha, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wecala, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizinhlanga zothando.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha