mbhemiso umuthi wenzani

umbhemiso umuthi lona owufaka emakhaleni bese uyathimula uthi "Eiithi". Ekhaya lami umbhemiso siwubiza ngesihlungu sokubhema. Isihlungu sokubhema aka umbhemiso wenza umsebenzi omuningi , uyavusa isithunywa, uyelapha izifo eziningi ikakhulukazi ikhanda. Bese kuba nemibhemiso ekhothwayo ikakhulukazi lena yekhanda, ekhaya lami leyomibhemiso siyibiza ngo Khotha-Bhema Angithi niyazi ukuthi umndeni uke ube nolimu lwayo, nezinto abaziqambela zona.

umbhemiso uses and benefits

List of benefits for umbhemiso:

umuthi wokuphasa esikoleni

Umbhemiso wabafundi ukuze babhale kahle. Umuthi umbhemiso lona owabafundi, singathi umuthi wokuphasa lona, ukuze bakhumbule konke akade bekufunda, ungathi uphuma kwiphepha ube uthi "yazi ngiyakhumbula ngiyifunda lento, kodwa ngikhohlwe dwi ukuthi beyithini". umfundi akhumbule impendulo esephume ephepheni iwrongo leyonto.

Umbhemiso wemimoya

Umbhemiso wokubhula. Imithi yokwenza umbhemiso wemimoya, hlanganisa lapha

Umbhemiso wekhanda

Mbhemiso uma uhlushwa ikhanda

Mandisa Dlamini Nginenkinga ngifike ngashiwa umuntu ngisamthanda ngaphandle kwesizathu manje usevele waqonywa ingane yangalana engihlala khona ize ingiqambela Amanga ithi ngiyayifonela ngingakaze nje Ngiyifonele bengicela usizo bakithi ngimbuyise ngoba ngisamthanda... Ngixolise ukuba mude.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha