uMduze wenzani

Mduze Uyangena emithini yokwelapha umeqo, uyaphuzwa uma unomzimba omubi, uyangena emithini yemali. Uyangen emithini yocansi yabantu besifazane. Uyangena emthini yokuqeda izinduna ebusweni. Uyangena emthini wamathumba. Uyathoba izinyawo ezinomeqo, nezinyawo ezivuvukele. Uyangena emithini yokwenza inkomo yowesifazane ibe tight. Uyangena emthini ye stroke.

ukuvuvukala kwezinyawo

Uma uvuvukelwa izinyawo Gaya ngokulingana upheke amalitha amabili iphuze kathathu ngosuku. Zizokwehla bese uthola usizo olufanele.

Kimya King Langaliyadlala before uyothenga umuthi ubowuhlaziya ngamunye kuthi wenzani futhi iliphi iside elibi ngiyavuma umduze uzomjabulisa kodwa inkinga uma uyintombazane amadoda akufuna high an low kangangokuba engakudlwengula coz avele akuhalele indoda enomduze idla la ithanda khona ishelwa zintombi ingalala nabo even 10 ngosuku so udumba, intolwane iryght kodwa umduze ingathi besingawukhipha sifake roselina,no zeneke hhayi kabi sekuyisibunge sama doda neyintombi mase kufakwe umduze. asifundisise ngemithi singajahi ukojabulisa obaba laba enibashoyo number 2 umduze awungeni ekhaya kuzofeba ingane zijabulisane zodwa ngale nani nisajabule sobona ngemfebo kulomduze eniwufunayo

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha