mkhwangu umuthi wenzani
umkhwangu umuthi uyangena kwizikhafulo uyangena emithini yokwelapha, uyangena nakwizikhafulo.
Umbhemiso wezangoma
Umbhemiso wedlozi. Umbhemiso wesithunywa, ungawuthaka uqhubeke uwenze ngendlela ezohambisana nobizo lwakho,
umbhemiso wemimoya, umbhemiso wekhanda siwenzile kwenye ipost sicela ufune kule website.
- mkhwangu
- isibhaha
- Mgadankawu
- Nhlungunyembe
- neminye imithi
Umuthi wokuqina
Umuthi wokuziqinisa.
Intambo yezitha, intambo abathakathi & intambo yemimoya
- Ivimbela
- isibabuli
- ndiyazi
- mkhwangu
- msila wengwe
- phindemuva
- dlulabehlezi
- amafutha ombokwane
- amafutha kajantshi
- amafutha enyengelezi
umuthi wokulahla isilwane
Lahla isilwane usebenzisa umkhwangu
- Mlahleni
- Mkhwangu
- Membeso
- Mpila
- Mayisaka obomvu
- Fembo
umuthi wokulapha isifo sokuwa
Imithi yokwelapha isifo sokuwa ihlanganise ,
Gqula yonke lemithi ngokulinganayo uyihlanise umenzele abheme
emakhaleni omunye uwucwize emanzi izipuni eziwu4 emanzini awu2ltr aphuze njalo ikota yenkomishi
- Umgogiweyinhlanya
- Mkhwangu
- ndiyaza
- qwaningi
- ikhathazo
- impepho yamawele kancane
- umsila wengwenya(ikhubalo)
- Inhlaba
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha