umuthi wokuqonywa

umuthi weentombi ukwenza uthandeke izintombi zokuqome ngokushesha , umthi weentombi or umthi wokuthandeka kubantu besifazane. Geza uthandeke, futha uthandeke ngabantu besifazane. Sizokwenzela umuthi

Umuthi wezintombi ezinemali

Umuthi wezintombi EZINEMALI umuthi wokuthandwa izintombi ezinemali, umuthi wezintombi ezi right , umuthi wamantombazane amahle, umuthi wokushelwa , umuthi wokushela , umuntu wezingane

Umuthi wabafazi ukuze bakuthande

Umuthi wokuthandwa abafazi or izintombi. Ake sikuthakele lapha ngezansi. Uwusebenzise lomuthi bese uyabuya uzongipha imali. Ngaphambi kokuthaka umuthi, kubalulekile ukuzikilina ngaphambi kokuqala umuthi wezintombi, susa isinyama, susa isichitho, susa amabhadi namashwa. ungasebenzisa imithi elula yokuzikilina efana no msilinga.

Umuthi wabomama ukuthi bakuthande njengebhungu, umuthi wezintombi othakiwe. Ake siyeke ukukhuluma sivele sithake ngempela: Umhlonishwa siwufakela ukuthi zikuthande zikuhloniphe izintombi, zingakuthathi kancane, mina bengiwuthaka, ngishele amantombazane avele angihloniphe, sithi sesijola ngizwe intombi ithi "yazi angazi kanjani, ngiyadelela mina kodwa ngavele ngakuhlonipha nje ungishela" , angithi namadoda azothanda ukukuthatha kancane uma usebenzisa umuthi wezintombi, uba lula kumadoda, avele akuthathe kancane, ingakho ifuna ukubhalansizwa ngomhlonishwa leshandisi esiyenza lapha.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

Ngiyayifuna
Uyawuthenga wonke lomunti onolosliba uyawunik omuny umuntu nom usebenziswa nguwe kuphela
Ngiyawufuna nam
Ngicela Ungiphe number yakho mkhulu
Impela lemithi iyalwenza ugazi, nokukubuyisela ugazi nasemsebenzini, noma uhlambulula ngazo emvakokushawa ngesichitho esinzima
Ngiyawudinga malini? 1 in 1 or.
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp