umuthi wokuhlukanisa abantu abathandanayo isikhathi esiningi kuba isichitho mininingi imithi yokuchitha izithandani omunye umuthi umumbu uyathakwa ekuchitheni abantu umuntu ubuye ubizwe ngo Nguboziya eweni lomuthi uhlale unamagxolo axebukayo azixebukela wona, ziningi izindlela zokwezwa umuthi wokuhlukanisa izithandani njengokwenza isichitho ngomuthi wesizulu.
Uqaphele izinyanga eziningi ziyasiphindisa isichitho uma ugadla umuntu ngesichitho, kumele uqine nawe ngoba imithi eminingi esiyikhiphayo iyaphindisa emuva.
uma ufuna ukuhlukanisa izithandani usebenzisa umhlakaza, umhlakaza umuthi oyigxolo, uyasebenza ukuhlakaza izitha, ukuhlakaza izithandani zihlukane. Uma ufuna banukelane banyanyane usebenzisa umuthi unukani ukuhlukanisa izithandani. bazonukelana banyanyane, lemithi uma uyisebenzisa isikhathi esiningi ufaka amasimba kuyona.
Comments | |
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
|
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.