Usiphahluka wenzani

Usiphahluka Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Uyangena emithini yokuthandeka. Lomuthi wenza okunika okumayelana nokuphahluka, isibonelo: uyawusebenzisa kumuntu wakho lapho ediniwe engakutsheli inkinga ikephi, avele aphahluke akuxoxele konke okungamphethe kabi.

Ukuphahlukisa umuntu wakho

Umuntu wakho uyafeba? uyamsola ukuthi cha ngathi awuseyedwa kulomuntu? ufuna ukwazi ukuthi ngabe ukufebela ngempela yini? gaya lemithi uyihlanganise kube yimpuphu. futha ukhulume naye esifuthweni sakho umtshele ukuthi akavele asho inkinga, akavele aphahluke athi mina sengiqomile? Wufake ebhakedeni lakho lika 5 litha ukhulume ukuthi akaphahluke uvuke uphalaze. Uma ungumuntu o weak ungawenzi lomuthi ngoba uzovele akutshele ukuthi ingane akuyona eyakho.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Ihhashi oil kule article sizobheka umsebenzi walamafutha ukuthi enzani Amafutha ayangena emithini evika izinto ezimbi ezifana nemimoya.
Inyengelezi oil original kule article sizobheka umsebenzi walamafutha ukuthi enzani Ayasetshenziswa ekuvikeni izitha Kanye namaphoyisa. Ayagcaba amafutha, ayangena kwisiqgabo futhi. Uyangeka emithini yokuvikela isibhamu.
Amafutha kagesi kule article sizobheka umsebenzi walamafutha ukuthi enzani Ayangena kwidliso locansi.
Oil enkawu kule article sizobheka umsebenzi walamafutha ukuthi enzani Ayangena emithini egcotshwa kwi cv nasemithini efakwa ibe isiqgabo sokuyofesa. Iyangena emithini wogazi nokuthandeka.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha