uVelabahleke wenzani

uVelabahleke Uyangena emthini yokuthandeka, uyangena kwintando, uyangena kumuthi wesikhundla nokuhlonishwa emsebenzini nasemphakathini. Uyangena kwidliso locansi, Umuthi womsebenzi Uyangena kwidliso lokudla, uyangena emthini wokufuna umsebenzi. Uyangena kwisibunge semali esigcatshwayo kanye nalesi esishiswayo.

umuthi ozokwenza uthandeke

Amakhambi okuthandeka, ake sithake amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke. umuthi wogazi lona. Umuthi wokuthandwa izintombi or uma uyintokazi umuntu wokuthandwa amadoda lona. Qguma or futha ngalomuthi, phalaza ngalomuthi, geza ngalomuthi.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha