Uvungulomoya uthi wenzani? Uvungu luyangena kwisikhafulo, ukubuyisa okuntshontshiwe. ukubuyisa isikweletu. uyaphindisa kumthakathi. uyangena ekucaciseni or ekuvuleni izinto, uyafutha, uyageza, uyaphalaza. Uvungu lomoya umuthi uyachatha kodwa uwufaka kancane uma uchatha. ususa okubi emzimbeni uyakhuculula, uyengena emithini yokwenza ubaba wekhaya akhuthale. Ungumuthi obomvu. Uyakhanda ibutho noma isikhafulo sokubuyisa isithandwa. Uyalapha amalumbo. ukhipha izifo ngaphakathi emzimbeni, uma unenkinga yeqolo uyachanga ngawo. Umuthi ostrongo lona uwusebenzisa nge tea spoon ngoba uma uwufaka emanzini uyashuba impela. Abanye bawubona ngokuthi Umoyawovungu.
Comments | |
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
|
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.