uZeneke wenzani

Zeneke umkhando kanye no zeneke umuthi sizokuchazela ngakho kokubili lapha, uzeneke Uyangena kwisikhafulo, uyangena emthini yemali. Uyangena emthini yokuthandeka, uyangena emithini yezibambelelo. Ungawudidanisi uzeneke no zekani.

isibambelelo sikaZeneke

Ake sithake isimbambelelo sisebenzisa uzeneke.

umuthi wokuhlonishwa usebenzisa uzeneke

Uma ungumuntu wesifazane bekuthatha kancane abafana, ngisho nendoda yakho ivele ikhulume noma ikanjani? ake senze umuthi wokuthi abantu bangakuthathi kancane. Amadoda azokubuka akushalazele. imithi Gaya kube yimpuphu ufuthe, uphalaze, ugeze, weqise usuku malanga, lomuthi uzokwenza ukuthi uthandeke, futhi uhlonipheke ngesikhathi esisodwa, ukushaya izinyoni ezimbili ngetshe elilodwa ke lokho.

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha