Zula-ayithole / zulazayithole wenzani

Umthole uyangena emthini wokuqonywa. Uyangena emthini yokuthola okulahlekile. Uyangena kwisikhafulo. Uyangena emithini ye business.

Ntsongabathakathi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Iyangena emithini yemfuyo.
Phindemuva isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni. Uyacupha isidumbu, usetshenziswa emithini yesichitho. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuphindisa imithi emuva kokuthakathayo.
THWALITSHE isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuhlukanisa izithandani. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokushaya izitha. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwibhande lokulwa.
Ugagane isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lumuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuvusa induku. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuqinisa umuzi. Uyangena kumkhumisa wemfuyo. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokubuyisa isithandwa. Impande yogagane I yaphalaza ukususa amanzi amnyama, nemithi osuke ufakwe yona ngabathakathi. Iyangena emithini yokuthandeka.
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp