izithakazelo zakwa hadebe or radebe

Is Radebe Zulu or Xhosa? Hadebe will belong to zulu tribe on this day and age. Hadebe ngamahlubi, amahlubi awawona ama zulu awawona ama xhosa angamahlubi. Langalibalele is the king of amahlubi. kodwake ngesakhiwo ohadebe batholakala kwazulu natal.

Is radebe and hadebe the same thing? in south africa most surnames came wrong in pretoria, as most people that were employed by apartheid government were not zulu's as a result most zulu's have wrong names on the spellings. Some zulu names have changed their names due to family conflicts, some change their names to sound more english. To Answer the question, kwazulu natala radebe and hadebe are the same thing.

Bhungane Ka Nsele
Zikode, Gobizembe
Makhulukhulu, Mehlomakhulu
Ziyengane eziyenga umuntu, zimyenga ngendaba
Mthimkhulu
Mashiyamahle , Anjenga wenyamazane
Mafuza afulele njengelifu lemvula
Sigoloza esimehlo abomvu esibheka muntu kubengathi siyamujamela
Nina enindlebe zikhanya Ilanga
Nina enindlebe zinhle Zombiliseli
Mashwabadela owashwabadel inkomo Kanye nezimpondo zayo

Inyama yangaphakathi kukhona esingayidli ibizwa nge ngobe isondelene nosu iyasuswa ukuze singayidli thina o Hadebe. Asihlobani no Ncono Mabhungane bona omashiya amahle engathi azoshumayela, kanti thina oHadebe singomashiya amhle anjengawenyamazane "Mahlubi "nina baka Langalibalele mangelengele

Dlomo mthimkhulu hadebe bhungane mashiya amahle anjenga weNyamazane Ndlubu ezamila endaweni engafanele zamila ... , sgoloza esimehlo abomvu esathulisa ulwandle lwathula wena kalanga libalele mpembe kalokothwayo

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com or Whatsapp 084 352 2187

Save le post ku Whatsapp

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo