izithakazelo zakwaMazibuko

Mazibuko Khondlo, Nzima, Mwelase thina esangena nesikhuni emanzini saphuma naso sivutha, thina esingaweli ngezibuko, esiwela ngezihlangu zamadoda. Sgawuli semithi emide nemifishane. Mgabhamafu ihamba ubugwathugwathu emafini, nzimalamase ngobulandakazi , ubuhlasehlase ithambo elagedla ezintaben, okwathiwa ngoba nakhu esevula izibuko lokuwela kwathiwa ngumwelase , hlathikhulu , manzezulu,phuthini , khuhlase, mgabhi
Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com or Whatsapp 084 352 2187

Save le post ku Whatsapp

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo