idlozi umdliwa

Umdliwa idlozi elikwaziyo ukuzohlupha umuntu wasekhaya limenzise elikufunayo, kungenzeka lomdliwa kwakungumuntu owelusa lapha ekhaya washona. Umdliwa yidlozi lomuntu okungasiye owalekhaya. uThola ukuthi kwakunomuntu owayehlala lapha ekhaya kodwa engahlobene nakhona. isibonelo: umuntu oweza ngokuzokwelusa. Lomuntu uma engasekho ubayinkinga udlibhiza kwasani eniyizamayo.

Ngenkathi nenza umsebenzi niphahla izidalwa zakini usuke ekhona yilaphoke okungena umona kuye agijimele phambili amoshe konke enikuzamayo Umdliwa uba yidlozi elimnyama ekhaya. Uma ehlezi kuwe uthola uzondwa yibobonk abantu kwesiny iskhathi uma kufa umuntu kunukwe wena Umdliwa bayakwazi nokukbelethisa ngawo Kanjani na? Kuyenzeka noma kunomuntu oqeda kufihlwa bathathe ithambo lenyama bayolbeka phezu kwengcwaba lakhe Izintuthwane ebezidla isdumbu zizonyuka zizoqaqela lelithambo bese belithatha beyolisebenza bakubelethise ngethunzi lalowomufi lokho okuzokwenza uma uya kwababonayo abangaboni kahle bethi wabulal umuntu unethunz elimnyama. Ngisho nabantu bakuzonde ungagcuna ufile impela ngezandla zabo

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

izincazelo zamaphupho

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo