https://www.youtube.com/watch?v=LBS9bhXgO5E
Abantu abangene kulepage bebeseshe ku google bathi: ngifuna ukubuyisa isithandwa sami, ngabe ibuyiswa kanjani indoda. abanye bebefuna isikhafulo esisheshayo sokubuyisa ohlukene naye. Isikhafulo esinamandla sezintombi namadoda. ukubuyisa umuntu okade uthandana naye. Lapha uzofunda ukuthi isikhafulo samagwebu ensipho sisebenza kanjani. Lesikhafulo samagwebu yisikhafulo somoya noma elaphi uzobuya. Mina ngifuna ukubuyisa indoda yami ngabe izobuya uma ngisebenzisa iziwasho zakuleli page? yebo iziwasho nezikhafulo lezi esinazo ziyasebenza ibuya indoda ngokushesha.

DJ sunlight isiwasho esenziwa nge sunglight

Isikhafulo lesi sokubuyisa indoda okade uthandana nayo yakushiya. isikhafulo esisheshayo lesi esizomlanda umuntu wakho isikhafulo sokubuyisa indoda / intombi yakho owahlukana nayo. Lesiwasho yisikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho. Lo-Dj owokubuyisa ibabazi okade uthandana nalo. Udinga ini ukwenza u Dj sunglight? Uzikalela wena ngamehlo amanzi ozowasebenzisa ne nani lensipho yakho, okubalulekile ngukuthi kube namagwebu. Indlela yokwenza lesikhafulo sensipho ilula kakhulu. uThatha i sunglight uyihlanganise namanzi esigujini sakho, bese uyakhuluma emlomnyeni webhodlela, usho ukuthi "Nguwe Sipho mabhena owangishiya buya manje sithandwa sami, buya Sipho Mabhena" bese uyayixukuza, kuphume igwebu, bese uthela igwebu esandleni saka right, uphinde futhi ukhulume uthi "Sipho Mabhena buyela kumina, ngiyakuthanda, imina uNomvula, Sipho Mabhena ngithi buyela kumina, iMina uNomvula Mkhize", bese usho konke ofisa ukukusho njengokuthi makakufonele, usebenzise amagama amnandi okubiza isithandwa sakho mase wenza lesiwasho. uthi ungaqeda ukukhuluma bese uyaphephetha lamagwebu asesandleni sakho obukhuluma kuwona. Lomoxovo ungawenza endlini yakho kodwa mase uphephe vula iwindi uphephethe kulona, noma uvule isicabha uphephethe ume emnyango. uzowuphinda futhi lomxovo wakho mhlambe kathathu kuya kahlanu ngosuku. Zama ukwenza ngezikhathi ezihlukene, kodwa futhi ezifanayo, isibonelo: Khafula ekuseni ngo 7, emini ngo 12, ntambama ngo 5, bese futhi uyenza ebusuku ngabo 21h00 mase sewuzolala. Uma ungumuntu ovukayo futhi khafula nasebusuku ngo 00h00, umuthi uba namanandla kakhulu ebusuku. Uma wenza isikhafulo ebusuku futhi lomuntu omkhafulayo uyaye akuphuphe, abanye bayaphapha same time bakucabange. Senze lesiwasho sakho cishe izinsuku ezinhlanu (5 days), asikho isikhathi esinqunyelwe kodwa u-5 days uright impela, ngeke liphele naleloviki uSipho Mabhena wakho engakabuyi. Uma esebuyileke usipho umphathe kahle, umphekele, umhloniphe, uthando aliwona umdlalo.

Isikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho lesi esingu dj sunglight, uma lesikhafulo singasebenzi zikhona eziningi kulelipage lethu, bheka la ngezansi kwi page. Lesikhafulo esingu DJ sunglight siyi isikhafulo somoya.

ngifuna ukubuyisa indoda yami ngokushesha

Isiphephetho sokubuyisa isithandwa uyasisebenzisa ukuphephetha umuntu wakho abuye ngokushesha sizokudayisela . Isikhafulo sokubuyisa isithandwa sakho usebenzisa umuthi wesizulu sithinte manje sikwenzele isikhafulo abuye ubaba wengane or umfazi or umama wengane yakho. Inumber yami ikhona ngezansi kuleli page. thinta kuzovulekwa whatsapp 0633220426

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
I want to know each n everytime u make new siwasho or u use same that u made once
Hayi ndizamile uwusebenzisa do sunlight bt andincami sezoqhubeka bt kuphelile iveki
Ngicela kubuza kuthi ukhanda kayi one isiwasho usisebenzise iviki lonke noma ulokhu ukhandile umuzoqala uphephethe
Viva Mthandazi ngicela inhlanhla yemali selokh ngaphelelwa umsebenzi iznto zami zimile akuhanb kahle neze nasezinganeni zami. Viva Mthandazi Power Doc Rock
Viva Mthandazi ngicela inhlanhla yemali selokh ngaphelelwa umsebenzi iznto zami zimile akuhanb kahle neze nasezinganeni zami. Viva Mthandazi Power Doc Rock
Ngicela kubuye ubaba wengane Yami ahlukane nazo zonke izntombi anazo namasim card amaningi engingawaziangfonele anytime n whatspp power dock rock ngyakthemba
Mina ngifuna ukuthandwa yindoda yam kakhuuulu futhi singalokhu sixabana
Ngicela umuntu wami abuye kim
Ngicela umuntu wami abuye kim
Bengicela ubaba wengane yam abuye
I want to know each and everytime you make lesiwasho you use the same that you made once or uyenza esinye?
Viva Mthandazi ndicela undincede abantwana Bam abandimameli basebenzisa izidakamizwa bayabambezela omnye uya ecougt nge 21october .Kudala limiswa from last year October.Tyala lokuba imoto yena waphuma ngebheyili umngane wakhe zange ayifumane ngoba angaqali ukuba.Ndicela iziwasho zokuchitha elityala liphelele Amen . POWER DOCK ROCK
Ngicela kubuta kutsi lesiwasho usenta Kanye ,bese usisebentisa liviki lonke na
NGicel nisize buyise usibari
Ngicela ungisize ngifuna ukubuyisa umuntu wami abuyele kimina alalele yonke into engiyishoyo athande Mina ngedwa njenga sekuqaleni
Ngicela ungisize ngifuna ukubuyisa umuntu wami abuyele kimina alalele yonke into engiyishoyo athande Mina ngedwa njenga sekuqaleni
Ngicela ungisize ngifuna ukubuyisa umuntu wami abuyele kimina alalele yonke into engiyishoyo athande Mina ngedwa njenga sekuqaleni
Ngicela ungisize ngifuna ukubuyisa umuntu wami abuyele kimina alalele yonke into engiyishoyo athande Mina ngedwa njenga sekuqaleni
Ngicela ungisize ngifuna ukubuyisa umuntu wami abuyele kimina alalele yonke into engiyishoyo athande Mina ngedwa njenga sekuqaleni
Ngicela ukubuza ngisebenzisa isiwasho esi sodwa wonke lo 5 days okanye ngenza esisha usuku nosuku
Ngicela ningisize ngibuyise isithandwa sami esingasenandaba nami. Siyeke ukujola phambi kwami nabantu engibaziyo engihlala nabo emgwaqeni owodwa nabo.. Do i use one bottle for 5 days
Ngisacela ukubuza ukuthi mangabe sowenza futhi wenza omusha umuthi Noma uqhubeka wenze ngalona ubuwenza ngawo ?
Ngisacela ukubuza ukuthi mangabe sowenza futhi wenza omusha umuthi Noma uqhubeka wenze ngalona ubuwenza ngawo ?
Sanibona ngicela ukubuza ukuthi uDj Sunlight ngisebenzisa isiwasho esisodwa ngelanga bese following day ngiyenza esinye or ngisebenzisa Sona esisodwa ngilibele ngiya shaker for ugwebu kuphela? Like today ngizocala ukuziyenza NGO 00:00 ngiphephethe
Pliz tell me know rhis always
Molweni ziyasebenza ziwasho zika DJ
Anisizeni nakhu shiwa umunt engimthandayo kakhulu ngephutha elincane lokuthi fun iqiniso nj phel anisize
Cela ningisize ngibuyise umntu wam
I want my man back