Sizochaza amaphupho okuthathelwa izinto
Ngiphuphe ngibanjwa inkunzi , ngiphuphe ngitshontshelwa izimpahla zami , ngabuye ngaphupha ngintshotshelwa imoto yami, ngabe iphupho lokubanjwa inkunzi lichazani?
Ukuphupha ubanjwa inkunzi izigebengu, amaphara, noma ukuphupha untshontshelwa / untshontshelwe izinto zakho okungaba, iphone, imali, imoto, izicathulo, izimpahla zokuqgoka, izicathulo, i ring, chain.
Uphupha ulahlekelwa or udukelwe yinto yakho uyifune ungayitholi
ukuphupha ukhuthuzwa, ukhonjwe ngesibhamu noma uqgekezelwa ekhaya
Ukuphupha umnewenu/ umnakwenu ekuthathela indoda

Wonke lamaphupho akhombisa ukuthi kunento ebalulekile ozoyiswela empilweni yakho, kungenzeka kube ngumuntu omthandayo, ongumngani wakho, omaziyo, noma osondelene naye. Leliphupho lisho ukuthathwa kwento eyigugu empilweni yakho, alichazi ukufa specific kodwa kungenzeka nje uthathelwe isithandwa sakho or umngani or isikhundla emsebenzini.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ukuphupha umnewenu eshayela imoto yakho
Ukuphupha ubanjwa inkunzi kodwa bagcine bengatholanga lutho ubaleke kusho ukuthini
 

Read more ngamaphupho...