Ukuphupha wenza ucansi kuthathwa njengokuthi usuke ulele nesilwane , ngesinye isikhathi usuke ungalele nesilwane, uma kade wagcina ukwenza ucansi uyaluphupha, uma umfana engena ebudodeni uyaphupha enza ucansi nogogo noma umama wakhe.

Ukuphupha indoda yakho yenza ucansi nomunye umuntu wesifazane okungenzeka ukuthi ephusheni uyayibamba yenza ilele naye lomunye umuntu, akusho ukuthi iyafeba (ngixolise indoda akushiwo kuthiwa iyafeba), kodwa kuchaza ukungabaza kwakho nokungayethembi.

Ukuphupha wenza ucansi nenye indoda uma ungumuntu wesifazane lokho kungachaza sona isilwane noma kungachaza ukuba nenhliziyo engaphandle, ukuhalela intokozo eqhamuka komunye umuntu wesilisa.

Ukuphupha ubhejwa yindoda yakho, ukuphupha indoda yakho yenza ucansi nawe kungachaza ukuthi uyalukhumbula ucansi, okwesibili kungenzeka ulele nesilwane esiziveza ngesimo sendoda yakho, uma kwenzeka lokho uzozibona unesichitho endodeni, ingakuthandisisi indoda.

Ukuphupha intombazane ongayazi ikuvezela amathanga abovu kungachaza ukuhala kwakho muntu wesilisa nenhliziyo ehlale ingaphandle. Ukuphupha isitho sangasese somuntu wesifazane uma ungumuntu wesilisa kungakhombisa ukuhalela noma ukungathokozi lapho ukhona kwezothando. Ukuphupho isitho sangasese somuntu wesilisa wena ungowesifazane kuchaza khona ukunganeliseki lapho ukhona kwezothando. ukuphupha ipipi uma ungenamuntu kusuke kuchaza ukuthi kade wagcina uyahalela. ukuphupha umthondo kuyafana nokuphupha ipipi. ukuphupha ukhotha isitho sangasese or ukuphupha ukhotha umthondo or ukuphupha umunca umthondo or ipipi or isitho sangasese kungahambisana nesichitho.

uma uphupha ucansi nomuntu omaziyo singamenza akuthande

uma uphupha ucansi nomuntu omaziyo singakwenzela isikhafulo umbuyise lowomuntu nithandane. Uma ufuna ukuthenga izikhafulo zethu sicela uthinte kuwhatsapp thinta kuzovulekwa whatsapp 0633220426

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Zakhele luthuli 2022-10-26 12:25:36
Kuchaza ukuthini ukuphupha ulele nomuntu wesifazane ekumaperiods
Zwane 2024-02-25 08:10:45
Kuchazan ukuphupha ulele nomunt wakh bese kungen intombazan endlin

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Read more ngamaphupho...