Loosing weight

Tea

Kusukela namhlanje kumele uyeke ukuphuza i-coffee uqale uphuze itiye (green tea), i-green tea ihlanza umzimba wakho ikhuculule ukungcola. Sizobheka ukuthi ungayisebenzisa kanjani i-green tea ekwehliseni isisindo sakho. Ukuphuza i-green tea kwehlisa amafutha emzimbeni, uma uphuza i-green tea ungawufaki ushukela, esikhundleni sikashukela faka uju olubhalwe ukuthi luyimvelo (natural).

Udinga ukuphuza izinkomishi ezimbili no half we-green tea ngosuku. Ungavuka ekuseni uphuze i-green tea bese uyiphuza futhi sewulala. Enza itiye lakho kwi-pot unikeze i-green tea isikhathi sokuthi ingene kahle emanzini, bese ufaka uju noma ufake u-lemon phakathi etiyeni. Nazi izinhlobo ze-green tea ezizokwenza wehle emzimbeni:

  1. Yogi Green Tea
  2. Oolong Tea
  3. Matcha
  4. Chamomile Green tea
  5. Tulsi Green Tea
  6. Lipton Pure Green Tea
  7. Mint Green Tea
  8. Rooibos Tea
  9. Total Tea
  10. Herbal Energy Green Tea
  11. Jasmine Green tea
  12. Honey lemon green tea
  13. Ginger Tea

Okunye ongakufaka etiyeni lakho nakho okusiza ekwehliseni isisindo yi-cayenne pepper, lemon ne garlic. Kumele ufunde i-packet letiye lakho ubheke ukuthi awukho yini ushukela ofakiwe, uma linoshukela ungalithengi. Amanye ama-green teas awafuni ukuthi uwabilise kakhulu aphuma umsoco, lokho kuyabhalwa kwi packet. Ukuphuza i-green tea kuyisiqalo sokwehlisa isisindo, ngeke isebenze i-green tea uma uzodla noma yini.

Ngaphandle kokwehlisa isisindo i-green tea inempilo, yehlisa nomkhaba, yehlisa amathuba e-cancer yamabele, yehlisa i-strees nama moods , yenza isikhumba sibukeke sisihle, yehlisa amathuba okuphathwa isifo senhliziyo, yehlisa ushukela emzimbeni. Udinga ukuyiphuza zonke isinsuku ukuze uvikeleke kwezinye izifo.

Lemon juice

Lemon juice iyasiza ekwehliseni isisindo, noma ingelona usizo olukhulu ekwehliseni isisindo, i-lemon iwusizo kakhulu emzimbeni, yenza umzimba ube nempilo, isikhumba sibukeke sisihle. Uma unenkinga yama-moods futhi i-lemon izowehlisa ama-moods.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Mini 2020-08-29 18:09:20
I need to buy clothes
Belinda Thulo 2020-09-28 10:21:39
I need to flatten my tummy because I dnt look beautiful with my big bailey
Nomelikhaya Qhoanxi 2020-10-07 22:48:36
i want to gain weight faster
Nomfundo Makhaye 2020-10-19 15:46:55
I want to gain weights faster

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Next Page