yenzani indlabathakathi?

Indlabaloyi umuthi wokudla abathakathi lo, othakwa neminye imithi efana nesibhaha kanye neminye bese uyaqhuma ngawo , uzozwa kuthiwa umthakathi lona ongafuni izinto zakho ziye phambili ushonile.

uyangena emthini yokuchela ucuphe umthakathi uvuse egcekeni efile. uyangena emithini yokukhipha isilwane. uyangena kumuthi wezitha, uyangena kumuthi wezimpi, uyangena kumuthi wemibango.

ukuphupha Indlabaloyi

Amaphupho ngomuthi Indlabaloyi , kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Indlabaloyi ? ukuphupha umuthi Indlabaloyi ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp