INKOMFE umuthi wenzani

INKOMFE / African potato, Uyangena emthini yokuqeda izinduna ebusweni. Uyangena emthini yokucupha umthakathi. Iyangena emithini yokwelapha isifuba. Iyangena emthini yokukhipha isichitho, amathunzi, amanzi amnyama, isidina, ukungathandeki. Uma unamasosha omziba abuthaka uyayipheka uyiphuze. Unezilonda emzimbeni ngaphakathi nangaphandle iyangena esimweni esinjalo. Unezinhlungu umzimba wonke iyangena esimweni esinjalo. Uyangena kumuntu wesifazane onephunga Kanye namanzi amaningi.

izinduna isikhumba esibi, umuthi wokususa izinduna.

pheka lo 2L wakho uwusefe kahle bese ubilisa lomuthi osele ufuzabokha i cup mawuvuka noma ulala ugeza ngawo ubuso ungasuli.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Thokoza , siyabonga ngolwazi osinika lona lokweshwa kwezifo, ungabe yini esiza umuntu Uma ene thyroid gland emqaleni .ngibonge
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha