umdolofiya dolofiya wenzani

umdolofiya uyangena emthini yomzimba omubi amaqhubu. abanye bawufana emithini yokuba namadla ekamelweni. Uyawuqoba, bese uwufaka ebhodweni uwubilise namanzi , uwenze isiphungo sakho sokuvusa amasosha, sokulangazelela umbhede usebenza kubantu besifazane kanye nabesilisa. Umuthi lo okhuculula isinye esincolile kubantu besifazane, lomuthi umdolofiya uyakwenza okubi nawo njengeminye imithi uyangena emithini yokucupha umuthi wesifazane avele abe kuma periods makumele "zikhale".

umdolofiya


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngicela ukubuza ukuthi umdolofiya uwenza kanjani if uwuhlanganisa ,futhi ufaka ongakanani namanzi ,uma uzenzela ukulungi isimo wakho sasekamelweni
How long must I keep mdolofiya inside there water, before I drink and how long must I boil it so that it can be stronger
Siyabonga kakhulu ngo lwazi luyasiza impela kodwa kukhona la ngisala khona ngifisa ukwazi ukuthi umucupha kanjani umuntu wakho ngomdolofiya please
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha