Ingobamakhosi umuthi iyangena kwisikhafulo, iyangena kwizinhlobo eziningi zedliso, iyangena kumuthi wesikhundla nokuhlonishwa, iyangena emthini wokucupha isithandwa, iyangena emthini yokukhuluma bakulalele. iyangena emithini yokulwa. Uyangena emthini wokuzikilina. uma kuxatshanwa ekhaya uyangena ukwehlisa imimoya, uma uhlale ulwa othandweni. Iyangena emthini yecala, iyangena emthini yokubethela. iyangena ingoba Makhosi emithi yedliso ugobe umuntu wakho alalele wena wedwa. Iyangena emthini yokuqonywa intombazane ivele ilalele wena.
Ingoba lena kukhona eyimpande ,incanyana impande yakhona ungaze uthi bayakurobha uma uyithenga emakhemisi esintu, bese kubakhona ingomakhosi umkhando.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |