hlunguhlungu wenzani

uhlunguhlungu umuthi uyangena emthini wokuvula idlozi. uyangena kumagobongo. uyangena emthini wokuqawa izinto eziboshiwe. uyangena emthini wezinso. uyangena kwisihlanzi esimhlophe.

umbhemiso wenziwa kanjani ngohlunguhlungu? ake sithake umbhemiso lapha ngezansi ukuze ubone uhlunguhlungu engena kumbhemiso. Nayi induku yomibhemiso lombhemiso ungena kulabantu abaphiwe kanje: Umndawe or umndiki or umnono. ake singene kwizithako zalombhemiso. umkhwangu umuthi , umhlakaza umuthi, ikhanda lemamba umuthi , undiyaza umuthi , uqhume umuthi , uhlunguhlungu umuthi , ikhanda lehobosha umuthi , usingalwesalukazi umuthi , umlulama umuthi.

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha