Impathampatha wenzani

impathampatha umuthi yenzani? Iyangena kumuthi womsebenzi, iyangena kwisibambelelo, iyangena kumuthi wokuthandeka kubantu bonke ngisho nokuthandwa abelungu emsebenzini. Uyangena kumuthi yokuqonywa. Iyangena emthini yenhlanhla.

Kwezogazi iyangena
Izibambelelo iyazenza
Eyntelezini zokuvika abathakathi iyangena
Emshunqisweni wokuxosha imimoya emibi
Inhle kakhulu lenduku mina ngiyathaka kweziningi kakhulu zokuvula inhlanhla ezahlukahlukene

impathampatha umuthi othakiwe ngempathampatha
*impathampatha
*foshela
*roslina (kancane)
Umuthi wokuthandeka lona othakiwe sisebenzisa impathampatha ebesixoxa ngayo ngenhla

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

Ngixolise mkhulu ukubhala kanini ngicela nokubuza umuthi olungisa umzimba noma isisu ngaphakathi angikhuluphali angikuthandi futhi ukudla ngimane ngome umzimba ngize ngidabuke manje ngiyabonga lento isuka ngaphakathi nokudla akuyenzi- arbsoption kahle ngyacela usizo nkocyam
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha