udukanezwe umsebenzi wawo

udukanezwe umuthi ozichazayo uyawusebenzisa ukuthi umuntu ahambe aduke, ungawusebenzisa ukuthi umuntu axoshwe emsebenzini or ahambe emsebenzini angabe esabuya, ungawusebenzisa ukuxosha umuntu athuthe endaweni ahambe.

umuthi othakwe ngodukanezwe isibonelo

Ake senze umuthi udukanezwe senze umuthi wokuxosha umuntu endaweni ahambe angaphinde abuye.
Ibheka isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Ibheka umuthi uyangena kumuthi womsebenzi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso locansi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo. Uyangena kumuthi lapho umuntu wakho engasakunika isikhathi ukuze akubheke. IBHEKA IMPHANDE - Uyangena emithi yokuthandeka, uma uhamba abantu baphenduke nawe. Umuthi wokuvula izinhlanhla.
Vuma omhlophe isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi wokuthandwa emsebenzini nesikhundla. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi we business. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuthandeka, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini womshado. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuconywa, ukushelwa, ukunakwa, ukuqashwa. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuvula izinto ezivaliwe. VUMA izimpande ziyangena emithini wezangoma ezihlulwa ukubhula. Uma ufuna isikhundla emsebenzini.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

Akwande khehla Manje lenduku isebenza njani.
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha