Mhawukelwa Uyawusebenzisa uma ushela akudabukele udali wakho omusha, uyawusebenzisa ucela imali akudabukele lowo, nakuzozonke izindawo lapho udinga ukudatshukelwa khona uma ufuna into. Uyangena emthini yokufuna umsebenzi. Uyangena futhi emithini yokuhlonishwa noma ufuna ukukhuluma kuzwakale. Uyangena kwidliso. Uyangena emthini yenhlanhla.
Comments | |
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
|