Umthuma Intuma enkulu iyachatha, iyachatha uma ukhipha isichitho sezintwala. Uyathoba ngayo uma unomeqo ezinyaweni. Izimpande zayo ziyachatha uma ufuna abantwana. Iyangena emithini yokususa imizwa. Kunomahluko phakathi komthuma nentuma.
Comments | |
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
|