Ibheka wenzani
Ibheka umuthi uyangena kumuthi womsebenzi. Uyangena kwidliso locansi.
Uyangena kwisibambelelo. Uyangena kumuthi lapho umuntu wakho engasakunika isikhathi ukuze akubheke.
IBHEKA IMPHANDE - Uyangena emithi yokuthandeka, uma uhamba abantu baphenduke nawe. Umuthi wokuvula izinhlanhla.
ukubhekwa idlozi siyakufuna sonke
Ukhala njalo uthi udlozi likulahlile, izinto zakho azilungi, uthi uyalungisa kunalokho kubhede kakhulu.
uyintombi ekhulile kodwa lutho amalobolo noma winsizwa kodwa uhlangana nabosisi abashawe ngumhlaba.
emsebenzi wakho kunakwa abanye wena uthathiswa kwesidlalo nje.
umahluko uzowubona uma usebenzisa umuthi ofakwe iBHEKA.
Futha ubike inkinga yakho kubheka uvuke ekuseni
basalele uphalaze, makuphuma ilanga ugeze ngalomuthi. Ungandluli ezinsukwini ezine.
Uma uphahla ufuna ukukhuluma nabantu abadala ubona engathi abakuzwa vuvuzela ibheka
ubatshele ababheke ngakuwena, bazobheka ngempela uzowubona umahluko omkhulu.
umuthi wamasoka
Insizwa engaqonywa engafunwa zintombi ake ithathe nansi induku yezintombi,
nibhasobhe izifo zesilungu kodwa futhi ningadlali ngezingane zabantu ,
thatha lemithi
- bheka
- mphamephuce
- zulazayithole
- nomunye umuthi ohambisana nalena
hlanganisa lomuthi ngawo uya
futha, uya phalaza uya geza izinsuku ezintathu bese uphumela emall.
umuthi wokushela izinsizwa
Intombi engashelwa yona ingasizakala kanjani?
uyahamba wintombazane aku hoot moto, abafana abakunaki?
ake ubambe la
- bheka
- ziyamlandela
- uminimini
- nenye induku
hlanganisa konje lokhu lapha siya futha, siya phalaza, siya geza.
Bese ulungisa indaba yasemsebenzini unyuselwe isikhundla,
bangakweqi uma benyusa amaholo abasebenzi, angithi abanye banyuselwa isikhundla kodwa basanda kufika,
ake silungise leyonkinga.
- bheka
- khokhela
- nginakile
- fill in ngomunye umuthi la
ufake ku 5l yamanzi uphehle ubatshele emsebenzi kuthi
nawe bakunake uzothola email ekubizela e office ethi hai ngoba singakubona
siyakubona uma sekuvele ithuba uzonyuselwa esikhundlela. Phehla izinsuku ezimbili, ufuthe, uphalaze kwelesithathu usuku.
Igobongo lomndawu
Igobongo lomndawe sizolenza sisebenzisa umuthi ebesifunda ngawo ibheka.
Igobongo lomndawe:
- Uhlunguhlungu umuthi
- ibheka umuthi
- umaguqu umuthi
- igwayana umuthi
- Ubhubhubhu umuthi
- umphenduli umuthi
igobongo leli lomndawe lihlangene ngalemithi
Cupha ithuna
- Ibheka
- Umlahlankosi-igxolo
- Ungibonisele
- Umsululu
Lemithi eyokucupha ithuna , hai elidala, hai eselasentshenzwa.
Amabala angasuki ebusweni.
uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha