uMhlambamanzi Uyangena emthini yokususa isinyama. Uhlambulula izidalwa Kanye nemimoya. Uyazilungisa izinto ezimayelana nesibeletho, uyangena futhi emithini yokuvusa indu-ku. Uyangena emithini yokwelapha amathumba.