crocodile oil amafutha engwenya wenzani

uyangena emthini yokushaya abathakathi

Bolisa idliso

Khipha idliso noma ngabe inhloboni yedliso.

Vimba idliso

Uma bekudlisa ngomuthi bekufakela ekudleni noma isiphuzo noma ngabe ufike sekubekiwe ngeke kuye emlonyeni nansi

Xabiso Matta Ngyabingelela nakubelaphi.ngicela ukubuza amafutha engwenya engathakwe nalutho asiza kuphi,asetshenziswa kanjani.ngibonge ngisazophendulwa.

Sphesihle Gift Usika kancane ugwinye asiza ukuphuphisa idliso elikhona nosazolidla

Postrophe Maphume'Phethe kwabase Mlazi, ethekwini namaphethelo ngicela bake basho indawo abazithembayo ezidayisa izithako noma abantu abadayisayo abajwayele ukuthenga kubo abathembekile. ngake ngaya e berea ethekwini lapha kuphithizela khona omunye umama ngangifuna ama futha engwenya nawenhlwathi yena wanginika amafutha enkukhu, yazi mawuxakekile abantu bavese badlala ngawe ikakhulukazi uma bebona ukut awazi lutho... sizani bakwethu ave kubuhlungu ukuthi uzinikela mawenza into kanti usebenzisa into okungesiyo uze uxakwe nje kungenzeki lutho...

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha