Icishamlilo / Cimamlilo wenzani

Icishamlilo / Cimamlilo umuthi uyangena ekuguleni okuningi, iyangena emthini wezifo Kanye nemithi yomeqo. Ilumbo eligijima esiswini. Liyangena emthini wesichitho, Iyangena emthini yokulapha iphunga lomzimba Kanye nezinduna emzimbeni. Uyangena emithini wokwelapha ufufunyane. Uyangena emthini yokuqeda icala.

Isikhafulo sesibuko esinomuthi ingobamakhosi

Ake senze isikhafulo sesibuko ngokuhlanganisa ingobamakhosi kanye nalemithi elandelayo, Lesikhafulo sidinga isithombe (photo) sendoba or somfazi ombuyisayo kanye nesibuko (mirror) esisha esingakaze sisebenze:

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

 

Ncamashela (yesilisa neyesifazane) isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena kwisibambelelo, iyangena kwisibango, iyangena kwidliso, iyenza umuntu wakho akuthande kakhulu anamathele kuwena angezwa lutho ngawe. Iyangena kumuthi wokuthandeka, iyangena kumuthi wesikhundla.
Snama isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Siyafutha, siyaphalaza, siyagcaba, uyageza ngaso. Siyengena edlisweni locansi. Siyangena emithini yenhlanhla yemali. Siyangena emithini yokubamba umuntu wakho angabaleki, angahambe elala nabantu.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha