Ihlala/ihlali Liyadliwa kodwa abantu abaningi iyabahlanzisa uma beyidla, Liyangena emithini yesibambelelo. Liyangena emithini yokubuyisa idlozi, liyangena emithini yezitha, iyangena emthini yokubethela umuzi, ibulala imithi egcekeni kubuse yona, imbelwa emakhoneni ekhaya ifakwa neminye imithi. Njengoba igama lithi ihlala, uyawutshela lomuthi ukuthi awuhlale ugade ikhaya.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.