Imfeyenkawu/ iphakama Iyangena kwizikhafulo, iyangena kwidliso. Iyangena kumuthi wokubiza imali. Iyangena emthini yokukhulelwa. Iyangena emthini yokucacisa amaphupho. Iyangena emthini yokuvula inhlanhla. Iyangena emthini yokugembula. Iyangena kwintelezi yokuchela egcekeni. Umuthi wesikhundla emsebenzini Kanye nasemphakathini.