mfingo uses and benefits
imfingo umuthi uphalazela kuwona lapho ufake inhlamvu yesibhamu ukuze nabacabanga ukukudubula bezovele bayeke.
Uma ufuna ukuvala isibhamu, uthatha lokhu okungumdumbu okungathi wubhatata, ukufake inhlamvu yesibhamu,
bese uphalaza ngemithi yakho yokuvuka isibhamu, kulowomgodi, bese uhamba ungebheki emuva.
umuthi wokuvika izulu, iyavika izulu.
umuthi wokuchatha, imfingo iyachatha. umuthi wamaphoyisa, yenza amaphoyisa angasondeli kuwena.
umuthi webhola uyangena futhi lomuthi ekuthakeni imithi yebhola.
umuthi wesifo sohlangithi kuseyiyo futhi imfingo leyo iyangena emithini yokwelapha uhlangothi.
ukuvala umkhokha wokushona ekhaya lomuthi uyathakwa ungene futhi lapho.
umuthi oqeda uvalo
Susa uvalo ube ngumuthi okhululekile, ungaphili ejele lokusaba,
sewuhlale usaba manje kuduma izulu uyasaba, ubona ubaba wengane uyasaba, uhleli wedwa endlini uyasaba,
yi depression, anxiety, phobia izifo zabelungu qaphela ukudla okudlayo noma osuke ukudlile,
lento yovalo ikabili, kungenzeka izinto zabantu noma wukudla, ake silushaye loluvalo lwakho.
- Imfingo
- Vemvane
- Mkhondweni
Imfingo wenzani
Imfingo
Iyangena emithini yokubelethela. Umuthi wokuvala umkhokha. Intelezi yokuchela, umuthi wokususa isilwane.
Umuthi wokubuyisa okutshontshiwe. Umuthi omayelana nabathakathi. Uyangena kwisibambelelo. Iyangena emthini yokuqeda uvalo olungapheli.
Imfingo iyangena nasemithini emibi.
umuthi wokuxoshisa umuntu emsebenzini
Imfingo iyangena emithini yokuxoshisa umuntu etohweni ake sibheke lomuthi wokusulisa umuntu emsebenzini.
- Ifembo
- Impila
- Maphipha
- Imfingo
- Mngamanzi
- Msekane
- Inguduza
- Inhloko yebululu
- Mkhwangu
- Nukani
- Mhlakaza
- Itshungu
- Inhlaba
Umuthi lona owusebenzisela ukuxosha umuntu emsebenzini.
Umuthi wokubethela ekhaya uxoshe izilwane
Qinisa umuzi or ikhaya ngalomuthi, izikhonkwane lezi akudabulis ilwane la.
- Impinda
- Phindemuva
- Mhlakaza
- Mpikayiboni
- Mayime
- Mabopha
- Nukani
- Imfingo
- Mpila
- Mavumbuka
- Khathazo
- Isbhaha
- Manyazini
- Mzani
- Ngobamlomo
- Jundu
- Mayisaka red
- Simanaye
- Sehlulamanye
- Sdikili
- Dabulamafu
- Malibeni
- Kalumuzi
Amafutha..
- Mhlakuva
- Spemu
- Mkhovu
- Piano
- Awemoto amadala
- Imfene
Amathambo..
- Ndlovu
- Bhejane
- Ingwe
- Bhubesi
- Inyathi
- Mpofu
- Sambane isandla
Gaya kahle kubeyimpuphu amakhubalo namathambo, Gquma, Geza, Gabha, Chela igceke sixosha umthakathi neyilwane zakhe.
umuthi wezulu
Sixosha izulu
- Imfingo
- Impila
- Umlotha wasezaleni
Gqula kube impuphu umaliqala ukduma vuthuzela emnyango kube isphambano emnyango phansi ngeke lingene izulu.
Umeqo wothando lona, uyaphalaza ubize igama lomuntu athi angeqa azizwe ekuthanda.
- Udelunina
- Bhekaminangedwa
- Umlomo mnandi
- Jundumlahleni
- Imfingo
- Nhliziyonkulu
- Mphamephuce
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |