Isinhlenhle umuthi

Inkalimasana or Isinhlenhle or isihlehle umuthi uyangena emithini ye business , emithini yokubiza abantu ukuthi bazothenga noma eyokubiza abantu esigodleni sakho. Ake senze isibonelo somuthi othakwe ngenkalimasana . Ukubiza abantu kwi business lakho usebenzisa: ikalimasana & umlunge. Yitshale lemithi yomibili esangweni lakwakho noma esangweni le business ngalesikhathi uyitshala ibe ukhuluma nayo uyitshele ukuthi uyitshalela ukuthi ibize abantu esigodlweni sakho bangapheli bangene ubuthaphuthaphu. Isihlehle futhi siyangena emithini yokucupha. Imbiza futhi isihlehle siyachatha ikakhulukazi izingane.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Umazwende isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisikhafulo, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo.
SEHLULAMANYE isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yeziduna ebusweni, usetshenziswa emithini yokuthandeka, siyangena emithini yokuqonywa kubantu besilisa nokushelisa kubantu besifazane. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokugembula. usetshenziswa emithini yokugeza isidumbu. usetshenziswa emithini yokuqinisa ukhalo kwabakhulelwe ukuze isisu singaphuphumi.
umdlula mithi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yokudonsa abantu, noma kwenziwa isigubhu semali.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp