Isiqunga siwutshali, simila notshani lasimila khona, kodwa sona sihlale simanzi,isiqungwa siyangena emthini yokususa isinyama, amathunzi, siyaphalaza, siyafutha, uyasiququda usikhwife. singutshani kusebenza izimpande nesiqu sesiqungwa lokhu okusatshani uyakulahla, siyageza uma kade usendaweni enemimoya noma kade usemncwabeni. siyangena emthini wokukhipha isichitho.