Umganu wenzani

Umganu Ugeza igazi, ususe isichitho, ususa isinyama, uyangena emthini ehambisana nedlozi. Uyangena emithi esuke yenzelwe abathakathi. Uyangena kumagobongo. Uyangena emuthini wokuthandeka nogazi. Umuthi womsebenzi futha bese uhambisa CV yakho. Uyangena methini yokuqonywa. Uyangena emthini yombandamo nezinduna.

Umuthi wesisu esibuhlungu. Ngisekhona zingane zakwethu mane ngibambe kabi nje,ma uhlushwa isisu esubuhlungu pheka uMGANU ukhezo=1L ukubilise uphuze half a cup sophela nya....

umuthi wokugeza isinyama

umuthi ogeza isinyama, ususe amathunzi, ususe isikhwathalala, ususe amashwa.

Khipha isichitho

Susa isichitho ngalemithi emibili engezansi esebenzisa umnganu


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Ukugeza ingane isinyama sokuphuphuma

Maliyavuma isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokubiza imali. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokubamba imali inganyamalali. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wezinhlanhla, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuthandeka. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wedliso lokudla. Umkhokha isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? usetshenziswa emithini yenhlanhla yemali. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yemali ephelela esandleni. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibunge sokudonsa ama customers.
Madwaleni/ntsulantsula isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wecala uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokwenza imbiza yomhlume. usetshenziswa emithini yokuhlanganisa isithembu.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha