UMPHAFA or UMLAHLANKOSI isihlahla sokubuyisa abantu abangasekho ngemimoya , umuntu ongasekho uyaye alwande ngehlahla laso lesihlahla. Kunemithetho elandelwayo uma elandwa umuntu , kumele alandwe ngumuntu amaziyo, futhi lowomuntu akakhulumi nabantu endleleni, njalo njalo.
uyangena emthini esusa isinyama, uyangena emithini esusa isidina. uyangena emithini emayelana nedlozi. uyangena emithini yama period pains. uyangena emthini ecacisa amaphupho.
Cupha ithunaUMPHAFA or UMLAHLANKOSI isihlahla sokubuyisa abantu abangasekho ngemimoya , umuntu ongasekho uyaye alwande ngehlahla laso lesihlahla. Kunemithetho elandelwayo uma elandwa umuntu , kumele alandwe ngumuntu amaziyo, futhi lowomuntu akakhulumi nabantu endleleni, njalo njalo.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |