Vimbukhalo / valamazibuko wenzani

uVimbukhalo or uvalamazibuko Uyangena emthini eyenza incweba, uyangena emithini yokubelethela. Uyangena emthini yokushaya umthakathi, neyokubulala imithi yabathakathi egcekeni. Iyangena edlisweni eliya emlomeni. Uyangena emthini yokukhipha nokufaka isichitho. Uyangena emithini eyenza okubi engeke sayibala ngoba sixoxa ngemithi emihle kuphela. Uyasusa okubi egazini okufana namathunzi.

Umuthi wezinduna ebusweni. Ake sithake induku yezinduna ezinenkani

Hlanganisa le mithi bese uthola itshe lomfula elibushelelezi emfuleni ohambayo netshe lasentabeni elirough. Gquma ngale mithi. Uphalaze ekuseni phezu kwala matshe bese uma uqeda uthathe leli olithathe entabeni ulise emfuleni ,leli olithathe emfuleni ulise entabeni.Ngenjathi amanzi eligeza itshe elirough emfuleni ingesikhathi ugezeka nawe ebusweni. Qikelela ukuthi ungakudli ukudla okunamafutha. Gquma ugeze uphalaze 5 days. Gxoba isiqunga uphalaze ngaso osukwini lwesithupha ngaphambi kokubuyela ekudleni okunamafutha.

Owokususa or ukusibulala isichitho, Hlanganisa